U-Ezra 10:16 - IsiZulu 202016 Ababuye ekuthunjweni benza kanjalo. U-Ezra umphristi waqoka amadoda, izinhloko zemindeni ngokwezindlu zokhokho bazo, yileyo naleyo ibizwe ngegama. Lawo madoda ahlangana ngosuku lokuqala, ngenyanga yeshumi, ukuze aphande kabanzi ngalolu daba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Kepha abathunjwa benze njalo. Kwakhethwa u-Ezra, umpristi, namadoda ayizinhloko zawoyise njengezindlu zawoyise, bonke ngamagama; bahlala ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi ukuyiphenya le ndaba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Abantwana beziboshwa benze njalo. U-Ezra umpristi, nezinhloko zezindlu zawoyise ngokwezindlu zawoyise, nabo bonke ngokwamagama abo, bahlukaniswa, bahlala phansi ukuyiphenya indaba ngosuku lokuqala lwenyanga yeshumi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |