Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Ezra 1:9 - IsiZulu 2020

9 Nantu uhla lwazo: imicengezi yegolide yeminikelo engama-30, imicengezi yesiliva yeminikelo eyinkulungwane nemimese engama-29,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nanku umumo wazo: izingqwembe ezingamashumi amathathu zegolide, nezingqwembe eziyinkulungwane zesiliva, nawomese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nanku umumo wazo: izingqwembe zegolide ezingamashumi amathathu, izingqwembe zesiliva eziyinkulungwane, ommese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Ezra 1:9
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

izindebe, izizenze, izitsha, izinkezo, imicengezi yomlilo, igolide elicwengekileyo, izingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi, izicabha zendawo engcwelengcwele, nezicabha zendlu yethempeli, konke wakwenza ngegolide.


Imicengezi yomlilo, izitsha zegolide lodwa, nezesiliva lodwa, nalokho induna yabalindi yakuthatha.


Zathi ukuba ziyiqede, zabuyisela enkosini nakuJehoyada yonke imali eyayisele. Kwenziwa ngayo izitsha zendlu kaSimakade, izitsha zokukhonzela nezokunikelela, izinkezo, nezinye izitsha zegolide nezesiliva. Base benikela ngeminikelo yokushiswa endlini kaSimakade, ngazo zonke izinsuku esaphila uJehoyada.


UHuramu wenza amabhodwe, amafosholo, nezitsha. UHuramu wawuqeda umsebenzi ayewenzela inkosi uSolomoni endlini kaNkulunkulu:


Wenza amatafula alishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene, nayisihlanu ngakwesokhohlo. Wenza nezitsha zegolide eziyikhulu.


imicengezi emincane yegolide engama-30, imicengezi emincane yesiliva engama-410 nezinye izitsha eziyinkulungwane.


nakhu engabanika khona: amathalenta esiliva angama-650, amathalenta ayizitsha zesiliva alikhulu, amathalenta egolide alikhulu,


izindebe zegolide ezingama-20 ezisisindo singamadarikhe ayinkulungwane, nezitsha ezimbili zethusi elicolisekileyo ezazizinhle njengegolide.


Abaphristi nabaLevi bathatha isiliva, igolide nezitsha, njengoba kwase kulinganisiwe, bakuyisa eJerusalema endlini kaNkulunkulu wethu.


Wanikela ngoqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,


Kuthe eseyicebisile unina, yathi: “Ngiphe ngoqwembe ikhanda likaJohane, uMbhabhadisi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ