U-Amose 9:14 - IsiZulu 202014 Ngiyakuguqula ukuthunjwa kwabantu bami u-Israyeli, bakhe kabusha imizi ebiyincithakalo, bahlale kuyo; bayakutshala izivini, baphuze iwayini lazo, balime izivande, badle izithelo zazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Ngiyakubuyisa ukuthunjwa kwabantu bami u-Israyeli, bakhe imizi echithekileyo, bahlale kuyo; bayakutshala izivini, baphuze iwayini lazo; bayakwenza nezivande, badle izithelo zazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ngiyobuyisela ukuthunjwa kwabantu bami u-Israyeli, futhi bayokwakha imizi ebhuqiwe bahlale kuyo; bayakutshala izivini, baphuze iwayini lazo; bayotshala izivande badle izithelo zazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.