U-Amose 9:1 - IsiZulu 20201 Ngabona iNkosi imi ngase-althare, yathi: “Shaya izihloko zezinsika, ukuze kuzamazame umnyango phansi, uziphihlize phezu kwamakhanda abo bonke. Abayakusala kubo ngiyakubabulala ngenkemba. Obalekayo kubo akayukuphunyuka nophunyukayo kubo akayukusinda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngayibona iNkosi imi ngase-altare, yathi: “Shaya izihloko zezinsika, ukuze imigulugulu izamazame, uzaphule phezu kwamakhanda abo bonke; abaseleyo babo ngiyakubabulala ngenkemba; obalekayo kubo akayikubaleka, nophunyukayo kubo akayikuphunyuka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Ngabona iNkosi imi e-altare, yathi: “Shaya umbundu ongaphezulu womnyango, ukuze izinsika zizamazame; uwaqobe wonke ekhanda; futhi ngizobulala abokugcina kubo ngenkemba; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |