Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




U-Amose 5:9 - IsiZulu 2020

9 wehlisela imbubhiso kwabanamandla ngokuphazima, nencithakalo yehlele izinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 owenza ukuchitha ukuba kunyazime phezu kwabanamandla, nencithakalo ukuba yehlele izinqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abaqinisa abaphangiwe kwabanamandla, abaphangiweyo beze bemelene nenqaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




U-Amose 5:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kuyo: “Vula ifasitela elingasempumalanga.” Yalivula. U-Elisha wathi: “Ciba,” yayisiwuciba. Wayesethi u-Elisha kuyo: “Lo ngumcibisholo kaSimakade wokunqoba, ngumcibisholo ozonenza ninqobe kuma-Aramu, ngokuba uyakuwabulala ama-Aramu, uwaqede e-Afeki.”


UJehowashi, indodana kaJehowahazi, wamephuca uBheni Hadadi, indodana kaHazayeli, leyo mizi ayekade eyidle empini kusabusa uyise, uJehowahazi. UJowashi wamehlula kwaze kwaba kathathu, wayibuyisa imizi yakwa-Israyeli.


Kodwa isixuku sezitha zakho siyofana nebhuqu elicolisekileyo, noquqaba lwabacindezeli lube njengamakhoba aphephukayo, kwenzeke ngokuphazima kweso.


Noma beningayibhubhisa yonke impi yamaKhaledi alwa nani, kusale kuphela izinkubela kubo, zona beziyakuvuka, kube yileyo naleyo ethendeni layo, ziwushise ngomlilo lo muzi.”


Onejubane ngeke aphunyuke; onamandla akayukuzihlenga ngamandla akhe, neqhawe aliyukuyisindisa impilo yalo.


Ngiyakubhidliza imizi ezweni lakho, ngizicekele phansi zonke izinqaba zakho.


bacima amandla omlilo, baphunyuka enkembeni, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ