U-Amose 5:5 - IsiZulu 20205 Kodwa ningalifuni iBhethele, ningayi eGiligali, ningadluleli eBheri Sheba, ngokuba impela iGiligali liyakuthunjwa, iBhethele liphenduke ize. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningadluleli eBeri Sheba, ngokuba iGiligali liyakuthunjwa nokuthunjwa, neBethele liyakuba yize.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningaweli eBeri Sheba; ngoba iGiligali lizakuya ekuthunjweni, leBhetheli lizabhubha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Yabakhipha bonke abaphristi emizini yakwaJuda, yazingcolisa izindawo eziphakemeyo, lapho labo baphristi babeshisela khona impepho, kusukela eGebha kuze kube seBheri Sheba. Yazidiliza izindawo eziphakemeyo emasangweni asesikhaleni sesango likaJoshuwa, umphathimuzi, ezazingakwesokhohlo somuntu ngasesangweni lomuzi.