U-Amose 5:16 - IsiZulu 202016 Ngakho-ke usho kanje uSimakade uNkulunkulu Wamabandla, iNkosi, uthi: “Kuyakulilwa kuzo zonke izigcawu, nakuyo yonke imigwaqo, kuthiwe: ‘Maye! Maye!’ Bayakubiza umlimi ukuba akhale, nongoti bokukhihla isililo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ngalokho usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti, iNkosi, uthi: “Ezigcawini zonke kuyakuba khona ukukhala, nakuzo zonke izitaladi bayakusho ukuthi: ‘Maye, maye!’ babize umlimi ukuba akhale, nabaziyo izililo ukuba balile; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Ngalokho usho kanje uJehova uNkulunkulu Sebawoti, uJehova, uthi: Kuyakuba khona ukulila ezitaladini zonke; futhi kuyo yonke imigwaqo bayothi: Maye! maye! futhi bayobiza umlimi ukuba alile, nalabo abakwaziyo ukusuka ekulileni baye ekulileni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |