Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 4:13 - IsiZulu 2020

13 UBhowazi wayesemthatha uRuthi, waba ngumkakhe. Walala naye, uSimakade wenza ukuba akhulelwe wazibula ngendodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UBowazi wayesemthatha uRuthe, waba ngumkakhe; wangena kuye; uJehova wamnika ukuba akhulelwe; wazala indodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UBhowazi wayesemthatha uRuthe, waba ngumkakhe; lapho engena kuye, uJehova wamkhulelwa, wazala indodana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 4:13
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abhrahama wakhuleka kuNkulunkulu. UNkulunkulu wamelapha u-Abhimeleki, umkakhe nezigqila, wabuye wabavula izibeletho,


U-Isaka wamkhulekela kuSimakade uRibheka umkakhe, ngokuba wayengabatholi abantwana, iNkosi yawuzwa umkhuleko wakhe, uRibheka wakhulelwa.


Lapho uSimakade ebona ukuthi uLeya uyisaliwakazi, wamvula isibeletho sakhe, kodwa wasivala esikaRaheli.


UJakobe wamthukuthelela uRaheli wathi: “Ngisesikhundleni sikaNkulunkulu yini okunguYena okuncishe inzalo na?”


Lapho u-Esawu ephakamisa amehlo ebona abesifazane nabantwana, wathi: “Ngobani laba ohamba nabo na?” UJakobe wamphendula wathi: “Bangabantwana uNkulunkulu ngomusa wakhe abaphe inceku yakho.”


Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!


Bheka, abantwana bayifa elivela kuSimakade, isithelo sesibeletho singumklomelo.


Manje ndodakazi yami, ungesabi, konke okucelayo ngizokwenzela khona. Ngokuba bonke abantu bakithi bayazi ukuthi ungowesifazane onesimilo.


Sengathi abantwana uSimakade azobapha le ntombazane bangenza indlu yakho ifane nekaPherezi ayivuselwa nguJuda ngokungena uThamari.”


Lo mntwana ngamkhulekela kuSimakade ukuba angiphe yena; uSimakade unginikile lokho engangikucele kuye;


Abebesuthi sebeyaziqashisa ukuze bathole ukudla; abebelambile sebeyekile ukulamba. Yebo, obeyinyumba uzele abayisikhombisa; onabantwana abaningi uyancunzeka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ