URuthe 3:7 - IsiZulu 20207 UBhowazi wadla, waphuza, wenama, wayesehla eyolala ngasekugcineni kwenqwaba yebhali. URuthi wanyonyoba wembula ingubo ezinyaweni zikaBhowazi, walala lapho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 UBowazi wadla waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, waya ukulala ngasekugcineni kwenqwaba yamabele; wafika kahle, wambula izinyawo zakhe, walala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 UBhowazi esedlile waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, walala ekupheleni kwenqwaba; weza ngobumnene, wavula izinyawo zakhe, walala phansi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lapho indoda nesancinza sayo, nenceku yayo, besukuma ukuba bahambe, umukhwe wayo, uyise wentombi wathi kuyo: “Bheka, ilanga seliyashona, sekuzakuhwalala; ake nilale lapha ngalobu busuku. Uyabona ilanga seliyashona. Hlala lapha ukuba inhliziyo yakho ithokoze, nivuke ngovivi kusasa ningene indlela, nibuyele ekhaya.”