Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 3:14 - IsiZulu 2020

14 URuthi walala lapho ngasezinyaweni zikaBhowazi kwaze kwasa, wavuka kusemnyama kungakabonakali lutho. UBhowazi wathi: “Angifuni kwazi muntu ukuthi kuke kwafika owesifazane lapha esibuyeni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwasa, wavuka bengakazani. Ngokuba yathi: “Makungaziwa ukuthi owesifazane wafika esibuyeni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Walala ngasezinyaweni zakhe kwaze kwaba sekuseni, wavuka ngaphambi kokuba omunye azi omunye. Wathi: “Makungaziwa ukuthi owesifazane ufikile phansi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 3:14
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Igama elihle lingcono kunamakha anuka kamnandi, nosuku lokufa lungcono kunolokuzalwa.


Ningaphindisi okubi ngokubi, khuthalelani ukwenza okuhle phambi kwabantu bonke.


Ningabi yisikhubekiso kubaJuda, kumaGriki, noma kulo ibandla likaNkulunkulu,


ngokuba siyazihlonipha izinto ezinhle, hhayi nje phambi kweNkosi, kepha nasemehlweni abantu imbala.


Ziphatheni kahle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi lapho beninyembenya ngokuthi ningabenzi bokubi, kodwa kuthi lapho bebona imisebenzi yenu emihle, bamdumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.


UBhowazi wayesethi kuye: “Letha leli bhayi obulembethe, ulendlale lapha.” Ngempela uRuthi wenza kanjalo. UBhowazi wathela kulo ibhali elinesisindo esicishe sibe ngama-efa amabili, wamethwesa lona. URuthi wathwala leso sijumbana, wenyukela ekhaya naso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ