Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 2:8 - IsiZulu 2020

8 UBhowazi wayesethi kuRuthi: “Lalela lapha ndodakazi yami. Ungayi ukuyokhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha; sondelana nezincekukazi zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UBowazi wayesethi kuRuthe: “Angithi uyezwa, ndodakazi yami? Ungayi ukukhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha, kepha namathela kuwo amantombazana ami lapha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UBhowazi wasesithi kuRuthe: Uyezwa yini, ndodakazi yami? Ungayi ukuyokwakha kwelinye izwe, futhi ungasuki lapha, kodwa hlala lapha nezincekukazi zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 2:8
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha izinceku zasondela, zakhuluma kuye, zathi: “Baba, ukuba umphrofethi ubekhulume kuwe into enkulu, ngabe ungayenzanga yini na? Kakhulu kangakanani-ke, uma ethi kuwe: ‘Geza, uhlambuluke’ na?”


“ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho.


Base beletha kuye umuntu ofe uhlangothi, elele ohlakeni. UJesu ebona ukukholwa kwabo, wathi kofe uhlangothi: “Yima isibindi, ndodana, uthethelelwe izono zakho.”


UJesu waphenduka, wambona, wathi: “Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile.” Owesifazane wasinda ngaleso sikhathi.


Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, uma kukhona okuhle, noma okubongekayo, zindlani ngakho.


Ithe: ‘Ake ungivumele ngikhothoze ezithungweni emva kwabavuni.’ Selokhu ifike ekuseni kuze kube manje isaqhubeka, iyaqala ukuthi gozololo edlangaleni.”


Amehlo akho awanamathele ensimini eziyivunayo; ngibadonse ngendlebe abafana ukuthi bangakuthinti. Uma womile ubokuya ezitsheni uphuze lokho okukhiwe ngabafana.”


U-Eli wayesembiza uSamuweli, wathi: “Samuweli, ndodana yami!” Wathi: “Ngilapha.”


USimakade wabuye wambiza futhi uSamuweli. USamuweli wavuka waya ku-Eli, wathi: “Ngilapha njengoba ungibizile.” U-Eli wathi: “Angikubizanga, ndodana yami, phindela emuva uyolala.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ