URuthe 1:8 - IsiZulu 20208 UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele emuva, yilowo nalowo abuyele endlini kanina; sengathi uSimakade anganenzela umusa, njengalokhu nani nenzile kubayeni benu, nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele, kube yilowo nalowo endlini kanina; uJehova makanenzele umusa, njengalokho nanenza kwabafileyo nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele, kube yilowo nalowo endlini kanina; iNkosi inibonise okuhle, njengalokho nenza kwabafileyo nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |