Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




URuthe 1:19 - IsiZulu 2020

19 Bahamba-ke bobabili baze bayofika eBhethlehema. Kuthe sebefikile eBhethlehema, umuzi wonke wanyakaza ngokufika kwabo. Abantu base bethi: “Kungabe nguNawomi lona, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Kwathi sebefikile eBetlehema, wonke umuzi wanyakaziswa, bathi: “Lo unguNawomi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Base behamba bobabili baze bafika eBetlehema. Futhi lapho befika eBhetlehema, umuzi wonke waxokozela, wathi: Ingabe lo uNawomi?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




URuthe 1:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uSalima uyise kaBhethlehema, noHarefi uyise kaBhethi Gaderi.


Ngabe ngumuzi wenu lona, enijabula ngawo, owavela ezinsukwini zasemandulo, onyawo zawo zawuthwala waze wayohlala kude na?


Bonke abedlula ngakuwe, bashaya izandla, bethi: “Ashila!” Bayakunximfela, benikina amakhanda, ndodakazi Jerusalema, bathi: “Ngabe yiwo yini lo muzi ababewubiza ngokuthi ungubuhle obupheleleyo, nentokozo yomhlaba wonke na?”


Kwathi esangena eJerusalema, umuzi wonke wanyakaza, uthi: “Ngubani lo na?”


Wabaphendula wathi: “Ningangibizi ngoNawomi; ngibizeni ngoMara, ngokuba uSomandla ungenzele okubi.


Inceku yamphendula yathi: “Yintombazane yakwaMowabi ebuye noNawomi ezweni lakhona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ