Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 7:86 - IsiZulu 2020

86 Izitsha zegolide zili-12 zigcwele impepho, yileso naleso singamashekeli ayishumi ngokweshekeli lendawo engcwele. Lonke igolide elenza izitsha lalingamashekeli ayi-120.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

86 nezinkezo zegolide eziyishumi nambili ezigcwele impepho, yileyo naleyo ingamashekeli* ayishumi ngokweshekeli lendlu engcwele; lonke igolide lezinkezo lalingamashekeli ayikhulu namashumi amabili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

86 Izinkezo zegolide zaziyishumi nambili, zigcwele impepho, zinesisindo esingamashekeli ayishumi ngokweshekeli lendlu engcwele; lonke igolide lezinkezo lalingamashekeli ayikhulu namashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 7:86
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

izindebe, izizenze, izitsha, izinkezo, imicengezi yomlilo, igolide elicwengekileyo, izingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi, izicabha zendawo engcwelengcwele, nezicabha zendlu yethempeli, konke wakwenza ngegolide.


Uyokwenza izingqwembe zalo, izinkomishi, izinkezo, nezinkamba zokuthela; ukwenze ngegolide elicwengekileyo.


Yilokhu okuyakunikelwa yinoma yimuphi oyobhalisela ukubalwa: ingxenye yeshekeli ngokwesilinganiso seshekeli lendawo engcwele, ishekeli lingamagera angama-20, ingxenye yeshekeli iyokuba ngumnikelo kuSimakade.


Yileso naleso sitsha sesiliva sasingamashekeli ayi-130, isitsha sesiliva esingumcengezi ngasinye singamashekeli angama-70. Selilonke isiliva elenza izitsha laba yizi-2 400 ngokweshekeli lendawo engcwele.


Zonke izinkomo ezenza umnikelo wokushiswa kwakuyizinkunzi ezili-12, izinqama ezili-12, izimvu ezingamaduna ezinonyaka ezili-12 nomnikelo wazo wokusanhlamvu, nezimpongo zomnikelo wesono ezili-12.


Zase zingena endlini, zabona umntwana nonina uMariya, zawa phansi, zakhuleka kuye. Zavula amagugu azo, zamkhunga ngezipho: igolide, amakha, nenhlaka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ