Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 6:13 - IsiZulu 2020

13 “ ‘Nanku umthetho womnaziri lapho izinsuku zobunaziri bakhe seziphelele: uyakulethwa emnyango wethende lokuhlangana,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “ ‘Nanku umthetho womNaziri lapho izinsuku zobuNaziri bakhe seziphelele wokuthi uyakulethwa emnyango wetende lokuhlangana,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 “Nanku umthetho womNaziri lapho izinsuku zobuNaziri bakhe seziphelile: kumelwe alethwe emnyango wetende lokuhlangana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 6:13
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsuku zakhe zobunaziri uyakuzehlukanisela uSimakade, alethe imvu yeduna enonyaka, ibe ngumnikelo wecala. Izinsuku zakhe zakuqala ziyoba yize, ngokuba ubunaziri bakhe bungcolisiwe.


Ngakho-ke yenza lokhu esizakukutshela khona: kukhona phakathi kwethu amadoda amane azibophile ngesifungo,


Ngakho-ke uPawula wathatha lawo madoda, kwathi ngakusasa wazihlambulula kanye nawo, wangena ethempelini, wabazisa ngokuphela kwezinsuku zokuhlanjululwa, kuze kwenziwe umnikelo walowo nalowo.


Kuthe sekuzophela izinsuku eziyisikhombisa, abaJuda base-Asiya bembonile ethempelini, bagovuza sonke isixuku, bambamba,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ