Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 5:24 - IsiZulu 2020

24 Uyomphuzisa owesifazane amanzi ababayo aletha isiqalekiso. Uyowaphuza amanzi ababayo angene kuye amlethele isiqalekiso sezinto ezibabayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 aphuzise owesifazane amanzi ababayo aveza isiqalekiso; amanzi aveza isiqalekiso ayakungena kuye, ababe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kumelwe aphuzise owesifazane amanzi ababayo esiqalekiso, futhi amanzi abangela isiqalekiso ayongena kuye abe ababa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 5:24
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngiyakusondela kini ukuzokwehlulela. Ngiyakushesha ngifakaze ngimelane nabalumbi, iziphingi, abafunga amanga, nababamba umholo womqashwa ngokungafanele, bacindezele abafelokazi nezintandane, babaphathe kabi abafokazi, futhi nami bangangesabi,” kusho uSimakade Wamabandla.


“ ‘Umphristi uyozibhala lezi ziqalekiso encwadini, azesule ngamanzi ababayo.


Umphristi uyowuthatha esandleni sowesifazane umnikelo wokusanhlamvu wesikhwele, awuzungezise umnikelo wokusanhlamvu phambi kukaSimakade, awusondeze e-althare.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ