Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 31:52 - IsiZulu 2020

52 Lonke igolide lomnikelo wokuphakanyiswa abanikela ngalo kuSimakade, elezinduna zezinkulungwane nelezinduna zamakhulu, laba ngamashekeli ayizi-16 750.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Lonke igolide lomnikelo wokuphakanyiswa abanikela ngalo kuJehova, elezinduna zezinkulungwane nelezinduna zamakhulu, lalingamashekeli* ayizinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Lonke igolide lomnikelo abawuletha kuJehova, lezikhulu zenkulungwane nelezinduna zekhulu, lalingamashekeli ayizinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 31:52
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMose no-Eleyazare, umphristi, bemukela igolide kubo, nawo wonke amagugu ezinto ezenziweyo.


Amabutho wona ayezithathele impango, kwaba yilelo nalelo ngokwalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ