Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 3:39 - IsiZulu 2020

39 Inani elabalwa nguMose no-Aroni kubo bonke abaLevi, kusukela konenyanga kuya phezulu, ngokwemindeni yabo njengalokhu uSimakade ayeshilo, kwakuyizi-22 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Bonke ababalwayo bamaLevi ababalwa nguMose nangu-Aroni ngesiyalezo sikaJehova ngemindeni yabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Bonke ababalwayo bamaLevi uMose no-Aroni abababalayo ngokomyalo weNkosi ngezizukulwane zabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 3:39
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sebebonke abaLevi besilisa kusukela konenyanga eyodwa ubudala kuya phezulu babeyizi-23 000. Bona ababalwanga nabesilisa bakwa-Israyeli, ngoba babengezukuthola sabelo esizoba yifa labo ezweni. Ababelwanga ifa kwabakwa-Israyeli.


Wonke amazibulo awabalayo kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ayeyizi-22 273.


Kepha isango lincane nendlela ingumngcingo eholela ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ