Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 29:8 - IsiZulu 2020

8 Niyonikela kuSimakade ngomnikelo wokushiswa ube yiphunga elimnandi: iduna, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinonyaka ezingenasici,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 kepha ninikele ngomnikelo wokushiswa kuJehova ube yiphunga elimnandi: iduna, nenqama, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici kini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha uyakunikela ngomnikelo wokushiswa kuJehova, ube yiphunga elimnandi; ijongosi elilodwa, inqama eyodwa, amawundlu angamaduna ayisikhombisa anomnyaka munye; ziyakuba ngenasici kuwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 29:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Uma umnikelo kungumnikelo wokushiswa othathwe ezinkomeni, uyonikela ngeduna elingenasici, uyoliletha emnyango wethende lokuhlangana ukuze emukeleke phambi kukaSimakade.


Aniyukunikela nganoma ngani enesici, ngokuba aniyukwemukeleka.


Niyonikela kuSimakade ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye, futhi ezingenasici.


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo oyiphunga elimnandi kuSimakade: amaduna ali-13, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna eli-14 ezinyaka munye ezingenasici,


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, ube yiphunga elimnandi kuSimakade: iduna, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye ezingenasici,


nomnikelo wazo wokusanhlamvu, impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, okweshumi okuthathu ngenkunzi, nokweshumi okubili ngenqama,


Uma linesici, liqhuga, noma liyimpumputhe, noma ngabe linasici sini, awuyukunikela ngalo kuSimakade uNkulunkulu wakho.


“Ungamhlabeli uSimakade uNkulunkulu wakho inkomo noma imvu enesici, enokuthile okubi, ngokuba lokho kuyisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ