Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 29:13 - IsiZulu 2020

13 Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo oyiphunga elimnandi kuSimakade: amaduna ali-13, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna eli-14 ezinyaka munye ezingenasici,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ninikele ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova: amaduna ayishumi nantathu, nezinqama ezimbili, nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kumelwe unikele ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova; izinkunzi eziyishumi nantathu, nezinqama ezimbili, nezimvu zamawundlu eziyishumi nane; bayakuba ngenasici.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 29:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bagubha umkhosi wamadokodo, njengokomthetho, banikela ngeminikelo yokushiswa usuku nosuku, ngokwenani elinqunyelwe usuku nosuku, njengoba kulotshiwe.


“ ‘Uma umnikelo kungumnikelo wokushiswa othathwe ezinkomeni, uyonikela ngeduna elingenasici, uyoliletha emnyango wethende lokuhlangana ukuze emukeleke phambi kukaSimakade.


“ ‘Njalo ngosuku lokwethwasa kwenyanga, niyonikela kuSimakade ngomnikelo wokushiswa. Kuyoba ngamaduna amabili emhlanjini, inqama, amazinyane ayisikhombisa anonyaka, futhi angenasici.


Niyonikela kuSimakade ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye, futhi ezingenasici.


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, ube yiphunga elimnandi: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye.


“ ‘Ngosuku lwe-15 lwenyanga yesikhombisa niyoba nomhlangano ongcwele; aniyukwenza msebenzi, niyogubhela uSimakade umkhosi izinsuku eziyisikhombisa.


nomnikelo wazo wokusanhlamvu, impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, okweshumi okuthathu ngaleyo naleyo nkunzi yezinkunzi ezili-13, nokweshumi okubili ngaleyo naleyo nqama yezinqama ezimbili,


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, ube yiphunga elimnandi kuSimakade: iduna, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye ezingenasici,


Niyonikela kuSimakade ngomnikelo wokushiswa ube yiphunga elimnandi: iduna, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinonyaka ezingenasici,


Ngakho-ke ngiyanincenga bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandekayo kuNkulunkulu; kube ngukukhonza kwenu ngokomoya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ