Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 26:23 - IsiZulu 2020

23 Abozalo luka-Isakhare ngemindeni yabo yilaba: kuThola: ngumndeni wabakwaThola; kuPhuva ngumndeni wabakwaPhuva;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuva ngumndeni wakwaPhuva;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuwa isizwe samaPhuni;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 26:23
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana ka-Isakhari: kunguThola, uPhuva, uJashubi, noShimroni.


Amadodana ka-Isakhare: kwakunguThola, uPhuwa, uJashubhi noShimroni; esewonke ayemane.


Abozalo luka-Isakhare, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


Abakanisa eceleni kwakhe kuyakuba yisizwana sakwa-Isakhare. Umholi wabozalo lwabakwa-Isakhare kuyakuba nguNethaneli indodana kaZuwari;


kuJashubi: ngumndeni wabakwaJashubi; kuShimroni: ngumndeni wabakwaShimroni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ