Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 26:22 - IsiZulu 2020

22 Yileyo-ke imindeni kaJuda, ababalwayo babeyizi-76 500.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Yileyo eyimindeni yakwaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu amahlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 26:22
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Juda, abafowenu bayokudumisa. Isandla sakho siyohlala entanyeni yezitha zakho, amadodana kayihlo akukhothamele.


Noma uJuda wayenamandla kunabafowabo, kwavela kuye umbusi, ubuzibulo nokho babungobukaJosefa.


USimakade makanandise, nina nabantwana benu.


Abozalo lukaPherezi yilaba: kuHezironi: ngumndeni wabakwaHezironi; kuHamule: ngumndeni wabakwaHamule.


Kusobala ukuthi iNkosi yethu ivele kuJuda, isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso mayelana nobuphristi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ