Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 25:9 - IsiZulu 2020

9 Kepha lwase lwedlule nabantu abayizi-24 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abafayo ngaleso sifo babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abafayo ngesifo babeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 25:9
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USimakade wayesethumela ubhubhane kwa-Israyeli kusukela ekuseni kwaze kwaba yisikhathi esinqunyiweyo. Kwafa abantu abayizi-70 000 kusukela kwaDani kuze kufike eBheri Sheba.


USimakade wayesebashaya abantu ngobhubhane, ngokuba benza ithole, lelo elalenziwe ngu-Aroni.


Lawo madoda ayelethe umbiko omubi ngezwe, aqedwa ubhubhane phambi kukaSimakade.


Wama phakathi kwabafileyo nabaphilayo; lwanqamuka ubhubhane.


USimakade wakhuluma kuMose no-Eleyazare, indodana ka-Aroni umphristi, wathi:


Bhekani, yibo ababeyenga abantu bakwa-Israyeli belulekwe nguBhileyamu, benza abakwa-Israyeli ukuba bangathembeki kuSimakade ngalokho abakwenza ePheyori, kwase kuhlasela ubhubhane phakathi kwenhlangano kaSimakade.


Masingafebi njengokuba abanye babo bafeba, bafa ngalusuku lunye abayizi-23 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ