UNumeri 22:34 - IsiZulu 202034 UBhileyamu wathi engelosini kaSimakade: “Ngonile ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni, umelene nami; uma kukubi ukuba ngiqhubekele phambili, ngizophindela emuva.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Wathi uBileyamu kuyo ingelosi kaJehova: “Ngonile; ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni umelene nami; ngalokho uma kukubi emehlweni akho, ngiyakubuyela emuva.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 UBileyamu wayesethi kuyo ingelosi kaJehova: “Ngonile; ngokuba bengingazi ukuthi umi endleleni ngokumelene nami; ngizobe sengibuyela kuwe manje uma ungakuthandi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |