UNumeri 18:28 - IsiZulu 202028 Kanjalo nani niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade, ngakho konke okweshumi kwenu enikwamukela kubantu bakwa-Israyeli; niyakunikela ku-Aroni umphristi, ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE28 Kanjalo nani niyakunikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuJehova ngakho konke okweshumi kwenu enikwamukelayo kubantwana bakwa-Israyeli; niyakunikela ku-Aroni umpristi ngomnikelo wokuphakanyiswa kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202428 Ngalokho niyakuletha umnikelo wokuphakanyiswa kuJehova kukho konke okweshumi kwenu enikwamukela kubantwana bakwa-Israyeli; futhi kumelwe unike u-Aroni umpristi umnikelo kaJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |