Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 10:8 - IsiZulu 2020

8 “Amadodana ka-Aroni angabaphristi ayoshaya amacilongo, kuyokuba kini yisimiso saphakade ezizukulwaneni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Amadodana ka-Aroni, abapristi, ayakubetha amacilongo; kuyakuba kini isimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Amadodana ka-Aroni, abapristi, kumelwe abethe amacilongo; kuyakuba yisimiso kini kuze kube phakade ezizukulwaneni zenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 10:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UShebhaniya, uJehoshafathi, uNethaneli, u-Amasayi, uZakhariya, uBhenaya, u-Eliyezeri, abaphristi, babeshaya amacilongo phambi komphongolo kaNkulunkulu. U-Obhede Edomi noJehiya bona babengabalindisango bomphongolo.


UBhenaya noJahaziyeli, abaphristi, bephethe amacilongo, bema njalo phambi komphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


UMose wawathumela empini, inkulungwane ivela kuleso naleso sizwana kanye noFinehasi, indodana ka-Eleyazare, umphristi, ephethe ngesandla izitsha zendawo engcwele namacilongo okuhlaba umkhosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ