Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 10:22 - IsiZulu 2020

22 Kwase kusuka ibhanela lenkambu yabozalo luka-Efrayimi, ngamaviyo ayo. Laliholwa ngu-Elishama, indodana ka-Amihudi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Lase lisuka ibhanela* lekamu* labantwana bakwa-Efrayimi ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elishama indodana ka-Amihudi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Lase likhuphuka ibhanela lekamu labantwana bakwa-Efrayimi ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisama indodana ka-Amihudi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 10:22
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe akavumanga, kodwa wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi; naye uzokuba yisizwe, abe mkhulu. Nokho umnawakhe u-Efrayimi uzokuba mkhulu kunaye, izizukulwane zakhe zibe yizizwe eziningi.”


Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri.


Owayehola isizwana sabantu sabozalo lukaManase kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri.


Ngosuku lwesikhombisa kwakungu-Elishama, indodana ka-Amihudi, umholi wabozalo luka-Efrayimi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ