UNehemiya 7:72 - IsiZulu 202072 Sekukonke okwanikelwa ngabantu kwakungamadakire egolide ayizi-20 000, omina besiliva abayizi-2 000 nezingubo zabaphristi ezingama-67. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE72 Abakunikelayo abanye abantu kwakungamadarike* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide, namamane* ayizinkulungwane ezimbili esiliva, nezambatho zabapristi ezingamashumi ayisithupha nesikhombisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202472 Abanye abantu abanikela ngakho kwakungamadarike ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane ayizinkulungwane ezimbili esiliva nezingubo zabapristi ezingamashumi ayisithupha nesikhombisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |