Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 7:71 - IsiZulu 2020

71 Ezinye izinhloko zemindeni zanikela esikhwameni somsebenzi ngamadarike egolide ayizi-20 000 nawomina besiliva abayizi-2 200.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

71 Ezinye izinhloko zawoyise zanikelela isikhwama somsebenzi amadarike* ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane* ayizinkulungwane ezimbili namakhulu amabili esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

71 Abanye bezinhloko zezindlu zoyise banikela engcebeni yomsebenzi amadarike ayizinkulungwane ezingamashumi amabili egolide namamane ayizinkulungwane ezimbili namakhulu amabili esiliva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 7:71
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Banikelela umsebenzi wendlu kaNkulunkulu ngalokhu: amathalenta egolide ayizi-5 000, amadarike ayizi-10 000, amathalenta esiliva ayizi-10 000, amathalenta ethusi ayizi-18 000, namathalenta ensimbi ayizi-100 000.


Ezinye zezinhloko zemindeni zanikela esikhwameni sokwenza umsebenzi. Umbusi wanikela esikhwameni ngamadarike egolide ayinkulungwane, imicengezi engama-50, nezingubo zokugqoka zabaphristi ezingama-530.


Sekukonke okwanikelwa ngabantu kwakungamadakire egolide ayizi-20 000, omina besiliva abayizi-2 000 nezingubo zabaphristi ezingama-67.


ongakhethi buso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


Uma kukhona ukulangazela, nesipho siyemukeleka njengalokhu umuntu ethanda, kungayi ngalokho angenakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ