UNehemiya 7:1 - IsiZulu 20201 Kwathi sekuphelile ukwakhiwa kogange lomuzi, kwafakwa namasango, kwamiswa abalindisango, abaculi nabaLevi, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwathi lapho ugange selwakhiwe, sengimisile izivalo, futhi kubekiwe abalindisango nabahlabeleli namaLevi, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Kwathi ugange selwakhiwe, ngamisa izivalo, kwamiswa abalindisango nabahlabeleli namaLevi; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngenyanga yesibili, ngonyaka wesibili bebuyele endlini kaNkulunkulu eJerusalema, uZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa, indodana kaJozadakhi, nabo bonke abafowabo nabaphristi nabaLevi nabo bonke ababeseJerusalema bebuya ekuthunjweni, bawuqala umsebenzi. Baqoka abaLevi, ababeneminyaka engaphezu kwama-25 ukuba bengamele izisebenzi ezazisebenza endlini kaSimakade.