UNehemiya 4:14 - IsiZulu 202014 Ngakubona lokho, ngaphakama, ngathi kubaholi nezikhulu nakubantu bonke: “Ningazesabi. Khumbulani iNkosi enamandla neyesabekayo, nilwele abafowenu, abantwana benu, omkenu nemizi yenu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Lapho sengibhekile, ngasuka ngathi kwabakhulu nakubabusi nakwabanye abantu: “Ningabesabi; khumbulani iNkosi enkulu neyesabekayo, nilwele abafowenu, namadodana enu, namadodakazi enu, nawomkenu, nezindlu zenu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ngase ngibheka, ngasukuma ngathi ezikhulwini nakubabusi nakwabanye abantu: “Ningabesabi; khumbulani uJehova, omkhulu nowesabekayo, nilwele abafowenu, namadodana enu, namadodakazi enu, omkenu, nezindlu zenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |