UNehemiya 4:1 - IsiZulu 20201 Kwathi ukuba uSanibhalathi ezwe ukuthi sase silwakha kabusha ugange, wathukuthela wagana unwabu, wabhodla umlilo, wabaklolodela abaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kepha kwathi lapho uSanibalati esezwile ukuthi sabe siluvusa ugange, wathukuthela, wavutha ulaka, waklolodela abaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Kodwa lapho uSanibhalati ezwa ukuthi sasilwakhile ugange, wathukuthela, wathukuthela kakhulu, wawahleka usulu abaJuda. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |