Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 3:24 - IsiZulu 2020

24 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhinuwi, indodana kaHenadadi, kusukela endlini ka-Azariya kuze kuyofika ejikeni logange.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Emva kwakhe kwalungisa uBinuwi indodana kaHenadadi elinye ibanga, kusukela endlini ka-Azariya kuze kube seNqutshini, kuze kube naseGumbini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Emva kwakhe uBinuwi indodana kaHenadadi walungisa elinye ibanga, kusukela endlini ka-Azariya kuze kube segumbini logange kuze kufike ekhoneni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 3:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJeshuwa namadodana akhe, nabafowabo, noKhadimiyeli namadodana akhe, uBhinuyi noHodaviya namadodana kaHenadadi, umLevi, amadodana abo nabafowabo bonke bengamela izisebenzi zasendlini kaNkulunkulu.


nabafowabo uShebhaniya, uHodiya, uKhelitha, uPhelaya, uHanani,


AbaLevi: uJeshuwa, indodana ka-Azaniya, noBhinuwi wamadodana kaHenadadi, noKhadimiyeli,


Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi.


Ingxenye elandelayo ephambi kwendawo yezikhali kuze kuyofika endaweni lapho ugange lujika khona yakhiwa ngu-Ezeri, indodana kaJeshuwa, umbusi waseMizpha.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhenjamini noHashubhi, kwazise yayiphambi kwemizi yabo. Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Azariya, indodana kaMahaseya, indodana ka-Ananiya, kwazise yayiphambi komuzi wakhe.


Ingxenye elandelayo esuka malungana nombhoshongo omkhulu oqaphe ithempeli kuze kuyofika eduze kodonga oluseduze ne-Ofeli, yakhiwa ngamadoda aseThekhowa. Lokho kwase kuyingxenye yawo yesibili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ