Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 3:13 - IsiZulu 2020

13 ISango Lesigodi lakhiwa kabusha nguHanuni nezakhamuzi zomuzi iZanowa. Bamisa amasango ezindaweni zawo, bafaka imigoqo nezihluthulelo, bakha kabusha ugange olungamakhubhithi ayinkulungwane kuze kuyofika eSangweni Lomquba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ISango Lesigodi lalungiswa nguHanuni nabakhe eZanowa; balakha, bamisa izivalo zalo nezihluthelelo zalo nemigoqo yalo, nezingalo eziyinkulungwane zogange kwaze kwaba seSangweni Lomquba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 IDalpoort yabuyisela uHanuni nabakhileyo eSanowagi; balakha, bamisa izivalo zalo, nemigoqo yalo, nemishudo yalo, nezingalo eziyinkulungwane ngasemdulini kwaze kwaba seSangweni Lomquba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 3:13
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umkakhe owayengumJudakazi wazala uJeredi, uyise kaGedori, uHebhere, uyise kaSokho, noJekuthiyeli, uyise kaZanowa. Abanye babengamadodana kaBhithiya, indodakazi kaFaro, eyathathwa nguMeredi.


U-Uziya wakha imibhoshongo eJerusalema ngasesangweni leGumbi, nangasesangweni leSigodi nangaseNqutshini.


eZanowa, e-Adulamu nasemizaneni yawo, eLakhishi namasimu alo, e-Azeka nasemizaneni yalo. Bamisa kusukela eBheri Sheba kuze kube sesigodini SikaHinomu.


Ngaphuma ebusuku ngeSango Lesigodi, ngahamba ngaseningizimu yoMthombo KaDrago, ngaze ngayofika eSangweni Lomquba, ngazihlola izingange eJerusalema ezazibhidlizelwe phansi namasango alo ayeshiswe ngomlilo.


Ngakhuphuka ngomhosha ebusuku, ngihlola ugange. Ngase ngibuyela emzini, ngangena ngeSango Lesigodi; ngabuya kanjalo-ke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ