UNehemiya 13:12 - IsiZulu 202012 Bonke abantu bakwaJuda base beqala futhi ukunikela okweshumi kokusanhlamvu, iwayini elisha namafutha amasha, kwafakwa ezinqolobaneni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Wonke uJuda wayeseletha okweshumi kwamabele, nokwewayini, nokwamafutha engcebeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Wonke uJuda wayeseletha okweshumi kukakolweni, newayini, nokwamafutha endlini yengcebo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,