Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 12:29 - IsiZulu 2020

29 naseBhethi Giligali, nasemasimini eGebha, nase-Azimavethi, ngokuba babezakhele imizana nxazonke zeJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 naseBeti Giligali, nasemasimini aseGeba, nase-Azimaveti, ngokuba babezakhele imizana nxazonke zeJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 nasendlini yaseGiligali nasensimini yaseGeba nase-Asmaweti; ngoba abahlabeleli bazakhela imizi nxazonke zeJerusalema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 12:29
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esizwaneni sakwaBhenjamini bawanika iGebha namadlelo alo, i-Alemethi namadlelo alo, ne-Anathothi namadlelo alo. Isiyonke imizi yawo ngokwemindeni yawo yayiyimizi eli-13.


abozalo lukalwase-Azimavethi babengama-42,


Abozalo lukaBhenjamini, kusukela eGebha, bahlala eMikhimashi, e-Ayi, eBhethele nasemizaneni yalo,


Amaqembu abaculi abuthana evela ethafeni elalizungeze iJerusalema, nasemizaneni yabaLevi,


Abaphristi nabaLevi base bezihlambulula; bahlambulula nabantu, amasango nogange.


Ngabuye ngezwa nokuthi abanye abaLevi nabaculi ababesebenza ethempelini sebehambile bayosebenza emasimini abo, ngoba abantu base beyekile ukuba babanike isabelo sabo.


Lezi zindawo azingaphesheya yini kweJordani endleleni ebheke entshonalanga ezweni lamaKhanani ahlala e-Araba, maqondana neGiligali ngaseceleni kwemi-okhi eMore, na?


UJoshuwa wabuyela enkanjini eGiligali, nabo bonke abakwa-Israyeli ababenaye.


Esizwaneni sakwaBhenjamini bathola: iGibheyoni namadlelo alo, iGebha namadlelo alo,


USimakade wathi kuJoshuwa: “Namuhla ngilisusile kini ihlazo laseGibhithe.” Yingakho leyo ndawo ibizwa ngokuthi yiGiligali, kuze kube namuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ