Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 11:14 - IsiZulu 2020

14 nabafowabo, amaqhawe anamandla ayeyi-128. Umphathi wabo omkhulu kwakunguZabhidiyeli, indodana kaHagedolimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 nabafowabo, amaqhawe anamandla, beyikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo wayenguZabidiyeli, indodana kaHagedolimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 nabafowabo, amaqhawe anesibindi, ikhulu namashumi amabili nesishiyagalombili; umbonisi wabo kwakunguSabidiyeli indodana yezikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 11:14
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Naye uShemaya wayenamadodana ayebusa indlu kayise, ngokuba ayengamaqhawe anamandla.


nabafowabo, beyizinhloko zezindlu zokhokho babo, beyi-1 760, amadoda ahlakaniphile emsebenzini wenkonzo endlini kaNkulunkulu.


nabafowabo ababeyizinhloko zemindeni, bengamadoda angama-242, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemothi, ka-Imeri;


KubaLevi: uShemaya kaHashubhi, ka-Azirikamu, kaHashabhiya, kaBhuni;


Umphathi wabaLevi eJerusalema kwakungu-Uzi kaBhani, kaHashabhiya, kaMathaniya, kaMikha wabozalo luka-Asafa, abaculi, ephethe umsebenzi wendlu kaNkulunkulu.


noMahaseya, uShemaya, u-Eleyazare, u-Uzi, uJehohanani, uMalikhiya, u-Elamu, no-Ezeri. Abahlabeleli bahlabelela bebhidiswa ngumphathi wabo, uJizirahiya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ