Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 10:39 - IsiZulu 2020

39 Abakwa-Israyeli nabaLevi bayoletha okweshumi kokusanhlamvu, okwewayini namafutha omnqumo emagunjini lapho kugcinwe khona izitsha zendlu engcwele, nalapho kuhlala khona abaphristi, abalindisango nabaculi. Asiyukuyishiya indlu kaNkulunkulu wethu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi babeyakukhuphulela umnikelo wamabele, newayini, namafutha emakamelweni, lapho kukhona izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli; besingenakuyishiya indlu kaNkulunkulu wethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi bayakuletha umnikelo kakolweni, owewayini, nowamafutha emakamelweni, lapho izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli, futhi ngeke siyishiye indlu kaNkulunkulu wethu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 10:39
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bahamba, babiza abalindisango bomuzi, babatshela, bathi: “Sihambile saya enkanjini yabase-Aramu; bekukhala ibhungane, kungekho muntu, kungekho ngisho umsindo wodwa lo, kuphela amahhashi, nezimbongolo okuboshiweyo, namathende enjengalokhu enjalo.”


UHezekiya wayaleza ukuba kulungiswe amakamelo endlini kaSimakade, base beyawalungisa.


Baletha iminikelo yokweshumi nezinto ezingcwele ngokwethembeka, owayebengamele kwakunguKhonaniya, umLevi, uShimeyi, umfowabo, engomesekeleyo.


ezinsukwini zikaZerubhabhele noNehemiya, wonke u-Israyeli wanikela ingxenye yansuku zonke ukubonelela abaculi nabalindisango. Bahlukanisa lokho okwakungokwabaLevi, nabaLevi bakuhlukanisela abozalo luka-Aroni.


Ngenxa yendlu kaSimakade uNkulunkulu wethu, ngiyokufunela okuhle.


“Uyobatshela abaLevi uthi kubo: ‘Uma nithatha okweshumi kwabantu bakwa-Israyeli engininike khona kuvela kubo, kube yifa lenu, anonikela ngomnikelo wokuphakanyiswa kuSimakade, okweshumi kokweshumi.


“Yisho futhi kubo uthi: ‘Uma ninikela ngokwekhethelo kwakho, kuyakubalelwa kubaLevi njengesivuno sesibuya nanjengesivuno sesikhamo sewayini.


Okweshumi kokusanhlamvu kwakho, okwewayini lakho, okwamafutha akho, okwamazibulo ezinkomo zakho, okwezimvu zakho, izithembiso ozenzile, iminikelo yakho yesihle, umnikelo wokuphakanyiswa wesandla sakho, aniyukukudla ngaphakathi kwamasango enu.


Singakuyeki ukuhlangana kwethu njengoba kungumkhuba wabanye, kodwa sigqugquzelane, ikakhulu njengokuba nilubona usuku lusondela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ