UNehemiya 10:36 - IsiZulu 202036 Siyoletha kubaphristi abakhonza endlini kaNkulunkulu wethu, amazibulo amadodana ethu, awemfuyo yethu, njengoba kulotshiwe emthethweni, amazibulo emihlambi yethu, nawezimvu zethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE36 kulethwe endlini kaNkulunkulu wethu namazibulo amadodana ethu, nawezimpahla zethu njengokulotshiweyo emthethweni, namazibulo ezinkomo zethu nawezimvu zethu, kubapristi abakhonza endlini kaNkulunkulu wethu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202436 Namazibulo amadodana ethu nawezinkomo zethu, njengokulotshiweyo emthethweni, namazibulo ezinkomo zethu nawezimvu zethu, ukukuletha endlini kaNkulunkulu wethu, kubapristi abakhonza endlini yethu uNkulunkulu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,