UmShumayeli 8:17 - IsiZulu 202017 ngabona yonke imisebenzi kaNkulunkulu ukuthi umuntu ngeke ayiqonde yonke imisebenzi eyenzeka phansi komthunzi welanga. Noma umuntu angazihlupha kangakanani eyifunisisa, ngeke ayithole, noma ohlakaniphile angathi uyazi, ngeke ayifumane. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 ngase ngiqonda wonke umsebenzi kaNkulunkulu ukuthi umuntu akanakuwubamba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga, ngokuba noma umuntu eshikashikeka kangakanani ukuwuhlola, angewuthole, yebo, nakuba ohlakaniphileyo ecabanga ukuthi uyawazi, akanakuwuthola. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Ngabona wonke umsebenzi kaNkulunkulu, ukuthi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga akanakukwazi; yebo ngokuqhubekayo; noma ohlakaniphileyo ethi uyakwazi, nokho angeke akuthole. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |