Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UMalaki 1:12 - IsiZulu 2020

12 “Kodwa nina niyalihlambalaza ngokukhuluma kwenu nithi: ‘Itafula leNkosi lingcolile, nokudla kwalo kudelelekile.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Kepha niyalihlambalaza ngokusho kwenu ukuthi: ‘Itafula leNkosi lingcolile lona, nesithelo salo, ukudla kwalo, sidelelekile.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa lina liyalingcolisa ngokuthi: Itafula leNkosi lingcolisiwe; nesithelo sawo, yebo, ukudla kwawo kunengekile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UMalaki 1:12
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma kunjalo-ke, ngenxa yaleso senzo wenze ukuba izitha zikaSimakade zimhlambalaze, ngakho umntwana ozozalwa uzokufa.”


I-althare lalenziwe ngokhuni, ukuphakama kwalo kungamakhubhithi amathathu, ubude balo bungamakhubhithi amabili; lalinamagumbi. Ubude balo nezindonga zalo kwakwenziwe ngokhuni; wathi kimi: “Leli yitafula eliyakuba phambi kukaSimakade.”


Bayakungena endlini yami engcwele, basondele etafuleni lami ukuba bangikhonze, futhi bayigcine inkonzo yami.


Uzakubhujiswa, Israyeli, ngokuba umelene nami, umsizi wakho.


“ ‘Awuyukunikela ngenzalo yakho ibe ngumhlatshelo kuMolekhi, ungahlambalazi igama likaNkulunkulu wakho; nginguSimakade.


Bagxobagxoba amakhanda abampofu othulini lomhlabathi, bachezukisa abathobekileyo endleleni; indodana noyise baya entombini, kanjalo-ke balihlambalaze iGama lami elingcwele.


Niyasho futhi nithi: ‘Saze sakhathala bo! qede nilinximfele,’ ” kusho uSimakade Wamabandla. “Niletha izilwane ezebiwe, eziqhugayo nezigulayo, nethule umnikelo, ngiyakukwemukela yini lokho esandleni senu na?” kusho uSimakade.


Kodwa nina nichezukile endleleni, nakhubekisa abaningi ngemfundiso yenu; nasephula isivumelwano sikaLevi,” kusho uSimakade Wamabandla.


Ngokuba igama likaNkulunkulu liyahlanjalazwa phakathi kwabezizwe ngenxa yenu, njengokuba kulotshiwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ