Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 9:17 - IsiZulu 2020

17 Waletha nomnikelo wokusanhlamvu, wagcwalisa isandla sakhe ngawo, wawushisa e-althare ngaphandle komnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wayeseletha umnikelo wempuphu, wagcwalisa isandla sakhe ngawo, wawushisa e-altare ngaphandle komnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Waletha umnikelo womlilo, wagcwalisa isandla kuwo, wawushisa e-altare, ngomnikelo wokushiswa wasekuseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 9:17
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuba banikele njalo kuSimakade ngeminikelo yokushiswa, phezu kwe-althare lomnikelo wokushiswa, ekuseni nakusihlwa njengalokhu konke kulotshwe emthethweni kaSimakade ayala ngawo u-Israyeli.


USolomoni wathumela kuHuramu, inkosi yaseThire, wathi: “Njengalokho wenza kuDavide, ubaba, wathumela kuye imisedari, ukuba akhe indlu, ahlale kuyo, yenza kanjalo-ke nakimi.


Amadodana ka-Aroni ayokushisa konke lokhu kube nentuthu e-althare, nomnikelo wokushiswa ophezu kwezinkuni, kube ngumnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili, uMose wabiza u-Aroni namadodana akhe namalunga akwa-Israyeli.


Khona uJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: uma ningayidli inyama yeNdodana yomuntu, niphuze igazi layo, aninakuphila.


Ngiyaphila, kodwa akuseyimi ophilayo, kepha uKhristu ophila kimi, ngakho-ke ukuphila engikuphilayo manje enyameni, ngikuphila ngokukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithanda, yazinikela ngenxa yami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ