Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:25 - IsiZulu 2020

25 Wathatha amanoni, umsila ononile, umhlwehlwe, amanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azembozile, nomlenze wesokunene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Wawathatha amanoni, nomsila ononileyo, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini, namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azo, nomlenze wokunene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wawathatha amanoni, nethanga, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini, namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azo, nomlenze wesokunene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:25
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ningakudli kuluhlaza noma kubiliswe ngamanzi, kodwa imilenze yalo, ikhanda, nezangaphakathi makosiwe emlilweni.


Uyowathatha wonke amafutha emboze okwangaphakathi, namanoni asesibindini, nezinso zombili namanoni akuzo, ukushise e-althare.


Ndodana yami, ngiphe inhliziyo yakho, amehlo akho enamele izindlela zami.


Nokho uSimakade wathanda ukuyishaya ngezifo. Wenza umphefumulo wayo waba ngumnikelo wecala. Iyakusibona isizukulwane sayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaSimakade iyakuphumelela esandleni sayo.


Amanoni alo awathathe emnikelweni wokuthula, uyowanikela abe ngumnikelo womlilo kuSimakade: wonke umsila walo osikwe emgogodleni, amanoni emboze ezangaphakathi, nawo wonke amanoni aphezu kwezangaphakathi,


UMose wayeseletha amadodana ka-Aroni, nawo wawabheca ngegazi ezindlebeni zawo zesokunene, nasezithupheni zezandla zawo zesokunene, nakoqukula bezinyawo zawo zesokunene, wayesefafaza igazi nxazonke ze-althare.


wathatha iqebelengwane laba linye eqomeni lezinkwa ezingenamvubelo elaliphambi kukaSimakade, neqebelengwane lesinkwa samafutha laba linye, nekhekheba lalinye, wakubeka phezu kwamanoni, naphezu komlenze wesokunene,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ