Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:24 - IsiZulu 2020

24 UMose wayeseletha amadodana ka-Aroni, nawo wawabheca ngegazi ezindlebeni zawo zesokunene, nasezithupheni zezandla zawo zesokunene, nakoqukula bezinyawo zawo zesokunene, wayesefafaza igazi nxazonke ze-althare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wayeseletha amadodana ka-Aroni, uMose walibheca igazi esicutshini sendlebe yabo yokunene, nasesithupheni sesandla sabo sokunene, nakuqukula wonyawo lwabo lokunene; uMose wafafaza i-altare ngegazi nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Wasondeza amadodana ka-Aroni, uMose wafafaza elinye igazi esicutshini sendlebe yawo yokunene, nasezithupheni zesandla sawo sokunene, nakuqukula wonyawo lwawo lokunene; uMose wafafaza i-altare ngegazi nxazonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:24
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyoyihlaba inqama, bese uthatha ingxenye yegazi layo uninde indlebe ka-Aroni yakwesokunene, izindlebe zakwesokunene zamadodana akhe, izithupha zakwesokunene zezandla zabo, noqukula babo bezinyawo zakwesokunene, bese igazi ulifafaza nxazonke ze-althare.


Umphristi uyothatha elinye igazi lomnikelo wecala, alibhece endlebeni yesokudla yalowo ohlanjululwayo, nasesithupheni sesandla sakhe sokunene, nakuqukula wonyawo lwakhe lwesokunene.


Wathatha amanoni, umsila ononile, umhlwehlwe, amanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni azembozile, nomlenze wesokunene,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ