Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:2 - IsiZulu 2020

2 “Thatha u-Aroni namadodana akhe, izembatho, amafutha okugcoba, inkunzi yomnikelo wesono, izinqama ezimbili, neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Thabatha u-Aroni namadodana akhe kanye naye, nezambatho, namafutha okugcoba, nenkunzi yomnikelo wesono, nezinqama zombili, neqoma lezinkwa ezingenamvubelo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Thatha u-Aroni namadodana akhe kanye naye, nezingubo, namafutha okugcoba, nenkunzi yomnikelo wesono, nezinqama ezimbili, neqoma lesinkwa esingenamvubelo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:2
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Biza u-Aroni umfowenu phakathi kwabantu bakwa-Israyeli namadodana akhe, uNadabi, u-Abhihu, u-Eleyazare no-Ithamari beze kuwe, ukuba babe ngabaphristi bami bangikhonze.


Uyowathungela amabhantshi amadodana ka-Aroni, amabhande, nezigqoko, kube ngawokuhloba kwawo.


izingubo zokukhonza endaweni engcwele ezenziwe ngokulukiwe, izingubo ezingcwele zika-Aroni umphristi, nezamadodana akhe zokukhonza bengabaphristi.


Umphristi uyokwembatha isembatho sakhe selineni elimhlophe, agqoke ngaphansi ibhulukwe lakhe lelineni, bese esusa umlotha womlilo oshise umnikelo wokushiswa e-althare, awuthele eceleni kwalo.


UMose wathatha amafutha okugcoba, wagcoba ithabanakeli nakho konke okwakuphakathi kulo, wakungcwelisa.


Wayeseletha inqama yomnikelo wokushiswa; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yayo.


Waletha nenqama yesibili, inqama yokubabeka; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yayo.


uqoqele yonke inhlangano emnyango wethende lokuhlangana.”


Akadingi, njengabanye abaphristi abakhulu, ukuba imihla ngemihla anikele ngemihlatshelo ngenxa yezono zakhe kuqala, bese kuba ngenxa yezabantu, ngokuba wakwenza lokho kwaba kanye mhla ezinikela Yena.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ