Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:12 - IsiZulu 2020

12 Wathela amanye amafutha okugcoba ekhanda lika-Aroni, wamgcoba, wamhlukanisela umsebenzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wathela amafutha okugcoba ekhanda lika-Aroni, wamgcoba ukuba angcweliswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wathela amafutha okugcoba ekhanda lika-Aroni, wamgcoba ukuba amngcwelise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:12
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kufana namafutha amahle ekhanda, ehlela esilevini, isilevu sika-Aroni, ehlela nasemphethweni wezembatho zakhe.


Uyokugqokisa u-Aroni, umfowenu namadodana akhe. Uyobagcoba, ubabeke, ubangcwelise ukuba bangikhonze bengabaphristi.


Uyothatha amafutha okugcoba uwathele ekhanda lakhe, umgcobe.


“Uyogcoba u-Aroni namadodana akhe, ubangcwelise ukuba bangikhonze bengabaphristi.


Ningaphumi emnyango wethende lokuhlangana, funa nife, ngokuba amafutha okugcoba kaSimakade aphezu kwenu.” Benza-ke njengezwi likaMose.


uma kungumphristi ogcotshiweyo owonayo, ngaleyo ndlela ehlisele icala kubantu, uyonikela ngenxa yesono sakhe, ngeduna elingenasici liphuma emhlanjini wakhe libe ngumnikelo wakhe wesono kuSimakade.


uSimakade ayala ngakho ukuba bakunikwe ngabantu bakwa-Israyeli mhla ebagcoba; kube yisabelo esimisiwe esiphakade ezizukulwaneni zabo.


UMose wathatha amafutha okugcoba, negazi elalise-althare, wafafaza ngalo u-Aroni nezembatho zakhe, namadodana akhe ayenawo lapho nezembatho zawo, wamngcwelisa u-Aroni nezembatho zakhe, namadodana akhe nezembatho zawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ