Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 7:20 - IsiZulu 2020

20 Kepha oyokudla inyama yomhlatshelo wokuthula kaSimakade esangcolile uyonqunywa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kodwa umuntu oyidla inyama yomhlatshelo weminikelo yokuthula engekaJehova esenakho ukungcola kwakhe, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa umphefumulo odla inyama yomhlatshelo wokubonga ongekaJehova engcolile, lowo mphefumulo unqunywe kubantu bakubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 7:20
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abesilisa abangasokile bayonqunywa, bangahlanganyeli nabantu bakubo, ngokuba basephulile isivumelwano sami.”


Noma yimuphi oyogcoba ngawo umuntu ongafanele, uyonqunywa phakathi kwabantu.’ ”


Yilowo nalowo oyokwenza enjengale ukuba ayisebenzise njengamakha akhe, uyakunqunywa kubantu bakubo.”


Ngakho-ke batshele lokhu, uthi kubo: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Nina nidla okunegazi, niphakamisa amehlo enu ezithombeni zenu, nichitha igazi. Pho niyakulidla kanjani izwe libe yifa lenu na?


“ ‘Noma ngubani oyokwenza lezi zinengiso, lowo muntu uyonqunywa kwabakubo.


Noma ngubani oyoyidla, uyothwala ububi bakhe, ngokuba ungcolise okungcwele kukaSimakade, lowo muntu uyonqunywa kubantu bakubo.


Mina uqobo ngiyomelana nalowo muntu, ngimnqume kubantu bakubo, ngokuba enikele ngenzalo yakhe kuMolekhi wangcolisa indawo yami engcwele, walihlambalaza iGama lami elingcwele.


Yilowo nalowo muntu ongayikuzithoba ngalolo lusuku uyonqunywa kubantu bakubo.


“ ‘Inyama eyothintana nokungcolileyo ayiyukudliwa; iyakushiswa emlilweni, nokho enye inyama bangayidla bonke abahlambulukileyo.


Ngokuba oyokudla amanoni enkomo enikelwa kuSimakade ibe ngumnikelo womlilo, lowo owudlayo uyakudingiswa.


Oyodla igazi uyakunqunywa kubantu bakubo.’ ”


Yilowo nalowo othinta isidumbu somuntu ofileyo, angazihlambululi ekungcoleni, uyongcolisa ithabanakeli likaSimakade. Lowo muntu uyonqunywa kwa-Israyeli, lokhu engafafazwanga ngamanzi okuhlambulula, uyakuhlala engongcolile; ukungcola kwakhe kungasuki kuye.


Kepha umuntu makazihlole yena, bese edla lesi sinkwa, aphuze le ndebe.


Ngalolo lusuku uSawule akashongo lutho, ngokuba wacabanga, wathi: “Hleze kukhona okuthile okumehlele; akahlambulukile, impela akahlambulukile.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ