ULevitikusi 7:12 - IsiZulu 202012 “ ‘Uma enikela ngawo ube ngumnikelo wokubonga, uyakuwunikela uhambisana nomnikelo wokubonga wamaqebelengwane angenamvubelo axutshwe namafutha, namakhekheba angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane empuphu ecolisekileyo exutshwe namafutha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “ ‘Uma enikela ngawo ube ngumnikelo wokubonga, uyakunikela kanye nomhlatshelo wokubonga ngamaqebelengwane angenamvubelo exovwe namafutha, nemiqathane engenamvubelo, egcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane empuphu ecolekileyo axovwe namafutha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Uma eletha umnikelo wokubonga, makathose amaqebelengwane angenamvubelo ahlanganiswe namafutha, namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane axutywe namafutha, nempuphu ecolekileyo, kanye nomnikelo wokubonga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.