ULevitikusi 6:5 - IsiZulu 20205 nayikuphi afunge ngamanga ngakho, uyokubuyisela, aze athasisele okwesihlanu kukho, uyokunika lowo obelahlekelwe ngosuku lomnikelo wakhe wecala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 noma yikuphi afungile amanga ngakho; makakubuyise, athasisele okwesihlanu kukho, amnike lowo okungokwakhe ngosuku lomnikelo wakhe wecala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 Noma konke afunga ngakho amanga; kumelwe alibuyisele ecaleni elikhulu, engeze kulo okwesihlanu okwesihlanu, alinike lowo okumfanele ngosuku lomnikelo wakhe wecala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bhekani, ngilapha: fakazani ngami phambi kukaSimakade naphambi kogcotshiweyo wakhe, ukuthi ngake ngathatha inkabi kabani, noma imbongolo kabani, ngubani engimqolile, ngicindezele bani futhi ngemukele ukufunjathiswa okuvela esandleni sikabani ukuze amehlo ami avalwe yikho na? Lokho ngiyakukubuyisela kini.”