ULevitikusi 6:4 - IsiZulu 20204 Kuyothi uma onile, wabona ukuthi unecala, akubuyisele lokho abekwebile, nakudlileyo, noma obekubekwe kuye, noma lokho okwakulahlekile, wakuthola; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 khona kuyakuthi, uma onile aze abe necala, uyakukubuyisa lokho okuphangiweyo, noma lokho akudlileyo, noma lokho okwakubekwe kuye, noma lokho okwakulahlekile akutholayo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20244 Khona-ke kuyakuthi, ngenxa yokuthi wonile futhi unecala, kufanele abuyisele lokho akuthathile ngamandla, noma lokho akuthole ngobuqili, noma lokho akuphiwa ukuba akugcine, noma okulahlekile akutholile, အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |